Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 1:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Imishayo yendlu yethu iyimisedari,* nemiqhadi iyimisayipuresi.*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Imishayo yezindlu zethu iyimisedari, uphahla luyimisayiphuresi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Imishayo yendlu yethu iyimisedari nemishayo yethu ngemisipres.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsiHlabelelo seziHlabelelo 1:17
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wakha izimpondo zangasendlini yonke, yilolo nalolo lwaba yizingalo eziyisihlanu ukuphakama kwalo; zanamathela endlini ngemithi yemisedari.*


Wakha-ke kanjalo indlu, wayiqeda, wayifulela indlu ngemishayo nangamapulangwe emisedari.*


Indlu enkulu wayembesa imisayipuresi,* wayinameka ngegolide elihle, waqopha kulo amasundu namaketanga.


Olungileyo uyahluma njengesundu, uyakhula njengomsedari* eLebanoni.


Ikhanda lakho kuwe linjengeKarmeli, nomyeko wekhanda lakho unjengokububende; kuboshiwe inkosi ngesiyendane.


Uma elugange, siyakwakha phezu kwakhe umbhoshongwana wesiliva; uma eyisicabha, siyakumvalela ngamapulangwe omsedari.*


othi: ‘Ngiyakuzakhela indlu enkulu namakamelo abanzi,’ ayibhobozele amafasitele, bese yembeswa ngemisedari,* ibhecwe ngebomvu!


imibundu, namafasitele avaliweyo, nemipheme nxazonke eyelakanyene kathathu malungana nombundu, kwembeswe umuthi nxazonke, kusukela phansi kuze kube semafasiteleni; amafasitele ayemboziwe;


Malungana nezingalo ezingamashumi amabili ezazingezegceke elingaphakathi, namalungana nendawo egandayiweyo eyayingeyegceke elingaphandle kwakukhona umpheme malungana nompheme eyelakanyene kathathu.


ngokuba wayebheke umuzi onezisekelo, omakhi nomenzi wawo nguNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ