Obadiya 1:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE20 Abathunjwa bale mpi yabantwana bakwa-Israyeli abaphakathi kwamaKhanani kuze kube seSarefati nabathunjwa baseJerusalema abaseSefaradi bayakudla ifa lemizi yaseningizimu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202020 Isigejana sabantu bakwa-Israyeli esisekudingisweni eKhanani kuze kube seZarefathi, nabathunjwa baseJerusalema abaseSefaradi bayakudla imizi eNegevu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202420 Isiphetho sale butho labantwana bakwa-Israyeli siyakuthatha okwamaKhanani kuze kube seSarefati; abathunjwa baseJerusalema abaseSefaradi bayodla ifa lemizi yaseningizimu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Amasimu ayakuthengwa ngemali, kulotshwe encwadini, kunamatheliswe, kufakazelwe ngofakazi ezweni lakwaBenjamini, nasemaphethelweni aseJerusalema, nasemizini yakwaJuda, nasemizini yasezintabeni, nasemizini yasehlanzeni, nasemizini yaseningizimu, ngokuba ngiyakukubuyisa ukuthunjwa kwabo, usho uJehova.”