Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 9:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Isixuku sonke sambona qede sashaywa luvalo, sagijimela kuye, sambingelela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Isixuku sathi singambona uJesu samangala, sagijima saqonda kuye, sambingelela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Kwathi masinyane isixuku sonke simbona samangala kakhulu, sagijimela kuye, sambingelela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kwathi masinyane isixuku sonke simbona samangala kakhulu, sagijimela kuye, sambingelela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 9:15
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bathi u-Aroni nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli bembona uMose, bheka, isikhumba sobuso bakhe sasikhazimula, besaba ukusondela kuye.


Wathatha oPetru noJakobe noJohane, waqala ukuba novalo nosizi.


Kuthe bengena ethuneni, babona insizwa ihlezi ngakwesokunene yembethe ingubo ende emhlophe; bethuka.


Kepha yathi kubo: “Ningethuki; nifuna uJesu waseNazaretha obebethelwe esiphambanweni; uvukile; kakho lapha; bhekani nansi indawo lapho bebembeke khona.


Wayesebabuza ethi: “Nibuzana nabo ngantoni na?”


UJesu esebona ukuthi isixuku sigijimela ndawonye, wamkhuza umoya ongcolileyo, wathi kuye: “Wena moya oyisimungulu nesithulu ngiyakuyala mina, ngithi: Phuma kuye, ungabe usangena kuye.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ