Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 9:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Bazigcinela lelo zwi bebuzana ngokuthi kuyini lokho ukuvuka kwabafileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Lokho kwaba yisifuba sabo, belokhu bebuzana bodwa ukuthi kuyini lokho kuvuka kwabafileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Baligcina lelo zwi phakathi kwabo, bebuzana ukuthi ukuvuka kwabafileyo kuyini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Baligcina lelo zwi phakathi kwabo, bebuzana ukuthi ukuvuka kwabafileyo kuyini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 9:10
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abafowabo baba nomhawu ngaye, kepha uyise wawalonda lawa mazwi.


UPetru wayesemthatha, waqala ukumkhuza, wathi: “Musa, Nkosi, lokho akusoze kwenziwa kuwe.”


Base bembuza, bethi: “Basholoni ababhali ukuthi u-Eliya umelwe ukufika kuqala na?”


Kepha abakuzwisisanga lokho kusho, besaba nokumbuza.


Besehla entabeni, wabayala ukuba bangatsheli muntu abakubonileyo, iNdodana yomuntu ingakavuki kwabafileyo.


Lokho abafundi bakhe abakuqondanga ekuqaleni; kodwa esekhazimulisiwe uJesu, base bekhumbula ukuthi kulotshiwe lokho ngaye nokuthi babekwenzile lokho kuye.


Kepha abathile kuzo izazi zama-Epikhuru nezamaStoyiku baphikisana naye; abanye bathi: “Leli phoshophosho lithini na?” Abanye bathi: “Kungathi ungomemezela onkulunkulu abangaziwayo,” ngokuba wayeshumayela ivangeli ngoJesu nangokuvuka kwabafileyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ