Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 8:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Leli zwi walikhuluma ngokusobala. UPetru wamthatha, waqala ukumkhuza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 Leli lizwi walisho ngokusobala. UPhethro wamdonsela eceleni, waqala ukumthethisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Lelo zwi walikhuluma obala. UPetru wamthatha, waqala ukumkhuza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Lelo zwi walikhuluma obala. UPetru wamthatha, waqala ukumkhuza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 8:32
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UPetru wayesemthatha, waqala ukumkhuza, wathi: “Musa, Nkosi, lokho akusoze kwenziwa kuwe.”


Kepha yena wayengasemuva emkhunjini elele esicamelweni; bamvusa, bathi kuye: “Mfundisi, awunaki, nakuba sibhubha, na?”


Kepha uMarta ekhathazekile ukusebenza okuningi waya kuye, wathi: “Nkosi, awukhathaleli ukuthi udadewethu ungishiyile, ngisebenze ngedwa, na? Ngakho yisho kuye ukuba angisize.”


Base bemhaqa abaJuda bethi kuye: “Koze kube nini ulibazisa izinhliziyo zethu na? Uma wena unguKristu, sitshele ngokuchachileyo.”


Ngakho-ke uJesu wathi kubo ngokuchachileyo: “ULazaru ufile;


“Ngikhulume lokho kini ngemifanekiso; isikhathi siyeza, lapho ngingasayikukhuluma ngemifanekiso; kodwa ngiyakunitshela ngoBaba ngokusobala.


Abafundi bakhe bathi kuye: “Bheka, manje usukhuluma ngokusobala, awusakhulumi mfanekiso.


UJesu wamphendula wathi: “Ngikhulumile obala ezweni. Ngezikhathi zonke bengifundisa esinagogeni* nasethempelini, lapho abaJuda bonke bebuthana khona, angikhulumanga lutho ngasese.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ