Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 7:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Khona wabuye wabiza isixuku, wathi kuso: “Ngizweni nonke, niqonde.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 UJesu wabuye wabiza isixuku, wathi kuso: “Ngilaleleni, nina nonke, niqonde.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Wasebabizela kuye bonke abantu, wathi kubo: Ngizweni lonke, lizwisise;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wasebabizela kuye bonke abantu, wathi kubo: Ngizweni lonke, lizwisise;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 7:14
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Eliya wasondela kubo bonke abantu, wathi: “Koze kube nini nimanqikanqika phakathi kwezinhlangothi ezimbili na? Uma uJehova enguNkulunkulu, mlandeleni yena, kepha uma kunguBali, mlandeleni yena.” Kodwa abantu kabamphendulanga ngazwi.


Wayesethi uMikhaya: “Uma ubuya impela ngokuphila, uyakube engakhulumanga ngami uJehova.” Wathi futhi: “Yizwani nina bantu bonke.”


Qaphelani nina zithutha phakathi kwabantu; nani ziwula, niyakuqonda nini na?


Qondani ukuhlakanipha nina eningenalwazi; nani ziwula, manibe nenhliziyo eqondileyo.


Yathi: “Hamba usho kulaba bantu ukuthi: “ ‘Yizwani, yizwani, kepha ningaqondi; bonani, bonani, kepha ningazi.’


alikhulumayo uJeremiya umprofethi kubo bonke abantu bakwaJuda nakubo bonke abakhileyo eJerusalema, ethi:


Wayesebabiza abantu, wathi kubo: “Yizwani, niqonde.


Izwi likaNkulunkulu nilenza libe yize ngesiko lenu enilivezileyo; nokunye okuningi okunjalo niyakwenza.”


Alukho utho olungaphandle komuntu lungene kuye olungamngcolisa; kepha okuphumayo kuye yilokho okumngcolisayo umuntu.


Kwathi sezibuthene izigidi zabantu baze banyathelana, waqala ukukhuluma, ikakhulu kubafundi bakhe, ethi: “Xwayani imvubelo yabaFarisi engukuzenzisa.


UFiliphu wayesegijimela kuyo, wayizwa ifunda umprofethi u-Isaya, wathi: “Uyakuqonda kambe lokhu okufundayo na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ