Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 6:55 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

55 Bagijimela kulo lonke lelo zwe, baqala ukuletha abagulayo ngezinhlaka, lapho bemuzwa ukuthi ukhona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

55 Bagijimela kuzo zonke izifunda, baqala ukuletha abagulayo ngezinhlaka, babayisa lapho bezwe kuthiwa ukhona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

55 Base begijima kuso sonke leso sifunda, baqala ukuthwala abagulayo ngemibhede, babayisa lapho ababemuzwa ukuthi ukhona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

55 Base begijima kuso sonke leso sifunda, baqala ukuthwala abagulayo ngemibhede, babayisa lapho ababemuzwa ukuthi ukhona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 6:55
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Udumo lwakhe lwezwakala ezweni lonke laseSiriya; baletha kuye bonke abagulayo abaphethwe yizifo ngezifo nobuhlungu, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi, wabaphulukisa.


Ukuphuma kwabo emkhunjini yena wayaziwa masinyane.


Kwathi nomaphi lapho engena khona, emizaneni, nasemizini, nasemaphandleni, babeka abagulayo ezigcawini, bamncenga ukuba bathinte noma umphetho wengubo yakhe kuphela; bonke abamthinta basindiswa.


ngangokuba bakhiphela phandle emigwaqweni abagulayo, bababeka emacansini nasezinhlakeni, kuze kuthi lapho eza uPetru, isithunzi nje sakhe sisithibeze abanye kubo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ