Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 6:39 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Wabayala ukuba bonke bahlale phansi etshanini obuluhlaza izigaba ngezigaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

39 Wabayala ukuba bonke bahlale phansi otshanini obuluhlaza, izigaba ngezigaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

39 Wabalaya ukuthi bonke bahlale phansi ngezigaba etshanini obuluhlaza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Wabalaya ukuthi bonke bahlale phansi ngezigaba etshanini obuluhlaza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 6:39
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nokudla kwasetafuleni lakhe, nokuhlala kwezinceku zakhe, nokuma kwezikhonzi zakhe, nezambatho zazo, nabaphathizitsha bakhe, nomnikelo wakhe wokushiswa owanikela ngawo endlini kaJehova, akwabe kusabakho moya kuyo.


Wathi kubo: “Ninezinkwa ezingaki na? Hambani nibone.” Sebazi bathi: “Ziyisihlanu, nezinhlanzi ezimbili.”


Base behlala phansi amaviyo ngamaviyo, kwaba ngamakhulu nangamashumi ayisihlanu.


Ngokuba kwakukhona amadoda okungathi izinkulungwane eziyisihlanu. Wathi kubafundi bakhe: “Bahlaliseni ngezigaba ngamashumi ayisihlanu.”


UJesu wathi: “Bahlaliseni abantu.” Kwakukhona utshani obuningi kuleyo ndawo. Ahlala phansi-ke amadoda, umumo wawo kungathi izinkulungwame eziyisihlanu.


ngokuba uNkulunkulu kasiye owesiyaluyalu kepha ngowokuthula. Njengokuba kunjalo emabandleni onke abangcwele,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ