Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 6:38 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Wathi kubo: “Ninezinkwa ezingaki na? Hambani nibone.” Sebazi bathi: “Ziyisihlanu, nezinhlanzi ezimbili.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

38 Wathi kubo: “Ninezinkwa ezingaki? Hambani niyobheka.” Sebazi bathi: “Ziyisihlanu, nezinhlanzi ezimbili.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

38 Wathi kubo: Zingaki izinkwa eninazo? hambani nibone. Sebekwazi bathi: Ziyisihlanu, nezinhlanzi ezimbili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Wathi kubo: Zingaki izinkwa eninazo? hambani nibone. Sebekwazi bathi: Ziyisihlanu, nezinhlanzi ezimbili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 6:38
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi kubo uJesu: “Ninezinkwa ezingaki na?” Bathi: “Eziyisikhombisa, nezinhlanzana eziyingcosana.”


Wayesephendula, ethi kubo: “Bapheni nina ukudla.” Bathi kuye: “Sihambe yini, siyothenga izinkwa zawodenariyu* abangamakhulu amabili, sibaphe badle na?”


Wabayala ukuba bonke bahlale phansi etshanini obuluhlaza izigaba ngezigaba.


Wababuza wathi: “Ninezinkwa ezingaki na?” Bathi: “Eziyisikhombisa.”


Kepha wathi kubo: “Bapheni nina ukudla.” Bathi-ke: “Esinakho yizinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili kuphela ngaphandle kokuba siyobathengela bonke laba bantu ukudla.”


“Kukhona umfana lapha onezinkwa zebhali* eziyisihlanu nezinhlanzana ezimbili; kepha kuyini lokho kwabaningi kangaka na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ