Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 5:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wathi ukuba angene emkhunjini, lowo owayekhwelwe ngamademoni wamncenga ukuba abe naye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Kuthe lapho uJesu engena esikebheni, lowo owayenamadimoni, wamncenga ukuba ahambe naye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Kwathi esengenile emkhunjini, obekhwelwe ngamadimoni wamncenga ukuthi abe laye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kwathi esengenile emkhunjini, obekhwelwe ngamadimoni wamncenga ukuthi abe laye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 5:18
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiyakubuyiselani kuJehova ngazo zonke izenzo zakhe ezinhle kimina na?


Udumo lwakhe lwezwakala ezweni lonke laseSiriya; baletha kuye bonke abagulayo abaphethwe yizifo ngezifo nobuhlungu, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi, wabaphulukisa.


Bafika kuJesu, bambona obekhwelwe ngamademoni ehlezi embethe, esangulukile, yena owayenelegiyona;* base besaba.


Ababekubonile babatshela ukuthi kwenzeke kanjani kowayekhwelwe ngamademoni, nangezingulube.


Base beqala ukumncenga ukuba amuke ezweni lakubo.


wayesememeza ngezwi elikhulu, ethi: “Nginamsebenzi muni nawe Jesu, Ndodana kaNkulunkulu oPhezukonke? Ngikufungisa uNkulunkulu, ungangihluphi.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ