Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 4:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Khona wabuye waqala ukufundisa ngaselwandle. Kwabuthana kuye isixuku esikhulu kakhulu, waze wangena emkhunjini, wahlala elwandle; isixuku sonke sasisemhlabathini ngaselwandle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 UJesu wabuye waqala ukufundisa ngasolwandle. Kwabuthana kuye isixuku esikhulu kakhulu kangangoba waze wangena esikebheni, wahlala olwandle. Sonke isixuku sasimi emhlabathini ngasolwandle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Wayesebuye waqala ukufundisa ngaselwandle; kwabuthana kuye isixuku esikhulu, waze wangena emkhunjini, wahlala olwandle; isixuku sonke sasiphezu kolwandle emhlabathini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wayesebuye waqala ukufundisa ngaselwandle; kwabuthana kuye isixuku esikhulu, waze wangena emkhunjini, wahlala olwandle; isixuku sonke sasiphezu kolwandle emhlabathini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 4:1
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Waphuma futhi, waya ngaselwandle; isixuku sonke sabantu seza kuye, wabafundisa.


UJesu wasuka kanye nabafundi bakhe, waya ngaselwandle; isixuku esikhulu samlandela sivela eGalile, naseJudiya,


Wayeseyala abafundi bakhe ukuba isikebhe simlindele ngenxa yesixuku sabantu, ukuze bangamcindezeli,


Base bemukisa isixuku, bahamba naye, njengalokho ebesemkhunjini; kwakukhona neminye imikhumbi ihambisana naye.


Esephume emkhunjini, kwahlangana naye masinyane umuntu ovela emathuneni, enomoya ongcolileyo.


Khona uJesu esebuye ewelele ngaphesheya ngomkhumbi, kwabuthana isixuku esikhulu kuye engaselwandle.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ