Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 3:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wayesebabiza, wakhuluma kubo ngemifanekiso, ethi: “USathane angakhipha kanjani uSathane na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Wayesezibiza, wakhuluma kuzo ngemizekeliso, wathi: “Kungenzeka yini ukuba uSathane akhiphe uSathane na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Wasebabizela kuye, wathi kubo ngemifanekiso: USathane angakhupha njani uSathane?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Wasebabizela kuye, wathi kubo ngemifanekiso: USathane angakhupha njani uSathane?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 3:23
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngizakubeka indlebe yami kuso isaga, ngiphenye imfumbe yami ngehabhu.*


Wakhuluma kubo okuningi ngemifanekiso, wathi: “Bhekani, kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela.


Konke lokho uJesu wakukhuluma ezixukwini ngemifanekiso; ngaphandle komfanekiso kakhulumanga lutho kubo,


Khona uJesu wathi kuye: “Suka, Sathane, ngokuba kulotshiwe ukuthi: ‘Wokhuleka eNkosini uNkulunkulu wakho, umkhonze yena yedwa.’ ”


Wayeseqala ukukhuluma kubo ngemifanekiso, ethi: “Umuntu watshala isivini, wasibiyela ngothango, wemba isikhamo, wakha isiqongo sokulinda, wasiqashisa kubalimi, waya kwelinye izwe.


Uma umbuso wahlukene wodwa, lowo mbuso ungeme.


Wathi kubo: “Nina niphiwe imfihlakalo yombuso kaNkulunkulu, kodwa abangaphandle benzelwa konke ngemifanekiso,


Wabafundisa okuningi ngemifanekiso; wathi kubo ekufundiseni kwakhe:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ