Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 3:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Abakubo sebekuzwile baphuma ukuyombamba, ngokuba bathi uyahlanya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Abakubo, sebekuzwile lokho, baphuma ukuyomthatha, ngokuba bathi usangene.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Kwathi abangabakhe bekuzwa baphuma ukuyombamba, ngokuba bathi: Uyahlanya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kwathi abangabakhe bekuzwa baphuma ukuyombamba, ngokuba bathi: Uyahlanya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 3:21
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehu waphumela ezincekwini zenkosi yakhe; enye yathi kuye: “Konke kusalungile na? Luzeleni lolo hlanya kuwe na?” Wathi kuzo: “Nina niyamazi lowo muntu nakukhulumileyo.”


‘UJehova ukubeke umpristi esikhundleni sikaJehoyada umpristi ukuba nibe yizinduna zabo bonke abantu abahlanyayo nabaprofethayo endlini kaJehova ukuze ubafake esitokisini* nasemaketangeni;


Ziyafika izinsuku zokuhanjelwa, izinsuku zempindiselo zisondele; u-Israyeli uyakukwazi. Umprofethi uyakuba njengesiwula, umuntu onomoya ahlanye ngenxa yobuningi bobubi bakho nangobutha obukhulu;


Kwase kufika unina nabafowabo, bema ngaphandle, bathumela kuye bembiza.


Abaningi kubo bathi: “Unedemoni, uyahlanya; nimlalelelani na?”


Kwathi esaziphendulela kanjalo, uFestu wathi ngezwi elikhulu: “Pawulu, uyahlanya; ukufunda okuningi kuyakuhlanyisa.”


Ngokuba noma sigcwaneka, kungenxa kaNkulunkulu; noma sisangulukile, kungenxa yenu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ