Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 2:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Ngokunjalo iNdodana yomuntu iyinkosi neyesabatha.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

28 Ngokunjalo-ke, iNdodana yomuntu iyiNkosi ngisho neyesabatha imbala.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

28 Ngakho iNdodana yomuntu iyiNkosi leyesabatha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Ngakho iNdodana yomuntu iyiNkosi leyesabatha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 2:28
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba iNdodana yomuntu iyinkosi yesabatha.”


Wayesethi kubo: “Isabatha lenzelwa umuntu, umuntu akenzelwanga isabatha.


Khona wabuye wangena esinagogeni.* Kwakukhona lapho umuntu onesandla esishwabeneyo.


Wayesethi kubo: “Kuvunyelwe ngesabatha ukwenza okuhle noma okubi yini, ukusindisa umuntu noma ukumbulala na?” Kepha bathula.


Wathi kubo: “INdodana yomuntu iyiNkosi neyesabatha.”


Kepha wabaphendula wathi: “UBaba usebenza kuze kube manje, nami ngiyasebenza.”


Kwakuyisabatha mhla uJesu enza udaka, evula amehlo akhe.


Ngakho abanye kubaFarisi bathi: “Lona kaveli kuNkulunkulu, lokhu engagcini isabatha.” Abanye bathi: “Umuntu oyisoni angazenza kanjani izibonakaliso ezinje na?” Kwaba khona ukwahlukana phakathi kwabo.


wakubeka konke phansi kwezinyawo zakhe, wammisa abe yinhloko phezu kwakho konke kulo ibandla,


NgangikuMoya ngosuku lweNkosi, ngezwa emva kwami izwi elikhulu kungathi elecilongo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ