Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 2:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Waphuma futhi, waya ngaselwandle; isixuku sonke sabantu seza kuye, wabafundisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 UJesu wayesephuma futhi, waya ngasolwandle; sonke isixuku seza kuye, wayesesifundisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Wabuye waphuma waya ngaselwandle; ixuku lonke laselisiza kuye, wabafundisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wabuye waphuma waya ngaselwandle; ixuku lonke laselisiza kuye, wabafundisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 2:13
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalolo suku uJesu waphuma endlini, wahlala phansi ngaselwandle.


Esadlula lapho uJesu wabona umuntu othiwa uMathewu ehlezi endaweni yokuthela, wathi kuye: “Ngilandele.” Wasuka-ke, wamlandela.


Kepha yena esephumile waqala ukuyandisa kakhulu nokuyidumisa le ndaba, ngangokuba uJesu wayengasenakungena emzini obala; wayesehlala ngaphandle ezindaweni eziyihlane; beza kuye bevela nxazonke.


Wasuka lapho, weza emikhawulweni yaseJudiya nangaphesheya kweJordani; izixuku zabuye zabuthana kuye, waphinda wabafundisa abantu njengokujwayela kwakhe.


Kwase kubuthana abaningi, akwabe kusabakho ndawo nangasemnyango; wakhuluma izwi kubo.


Khona wabuye waqala ukufundisa ngaselwandle. Kwabuthana kuye isixuku esikhulu kakhulu, waze wangena emkhunjini, wahlala elwandle; isixuku sonke sasisemhlabathini ngaselwandle.


Kodwa babengatholi ukuthi bangenzani, ngokuba abantu bonke babebambelela kuye bemuzwa.


Ekuseni abantu bonke beza kuye ethempelini ukumuzwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ