Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 14:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngokuba lawa mafutha nga ethengisiwe ngawodenariyu* abangaphezu kwamakhulu amathathu, kwaphiwa abampofu.” Bamthukuthelela kakhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Ngokuba lawa mafutha ngabe athengisiwe ngodaneriyu abangaphezu kwama-300, kwaphiwa abampofu.” Base bemthukuthelela owesifazane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Ngokuba la mafutha ngabe athengiswe ngawodenariyu abangaphezu kwamakhulu amathathu, kuphiwe abampofu. Basebekhonona ngaye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngokuba la mafutha ngabe athengiswe ngawodenariyu abangaphezu kwamakhulu amathathu, kuphiwe abampofu. Basebekhonona ngaye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 14:5
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bakhonona besematendeni abo; babengalaleli izwi likaJehova.


“Kepha kwathi isiphuma leyo nceku, yafumana enye yezinceku ezikanye nayo enecala kuyo lawodenariyu* abayikhulu, yayibamba, yayiklinya, yathi: ‘Khokha icala lakho.’


Ngokuba lokho nga kuthengisiwe ngokukhulu, kwaphiwa abampofu.”


Kepha kwakukhona abanye abakhuluma bodwa ngokuthukuthela, bethi: “Kwenzelweni lokho kuchithwa kwamafutha na?


Kepha uJesu wathi: “Myekeni; nimhluphelani na? Usebenzile umsebenzi omuhle kimi.


AbaFarisi nababhali base bakhonona bethi: “Lo muntu wamukela izoni, adle nazo.”


Kepha abanye bacabanga ukuthi, ngokuba uJuda ephethe isikhwama, uJesu uthi kuye: “Thenga esikuswele emkhosini,” noma ukuthi kabele abampofu okuthile.


UJesu waphendula, wathi kubo: “Ningakhononi phakathi kwenu.


UFiliphu wamphendula wathi: “Izinkwa zawodenariyu* abangamakhulu amabili zingebanele, kube yilowo nalowo athole ingcosana.”


Futhi ningakhononi njengabanye kubo bakhonona, babhujiswa ngumbulali.


Owebayo angabe eseba, kepha kunalokho akhuthale asebenze okuhle ngezandla zakhe, ukuze abe nokokwabela osweleyo.


nakhonona ematendeni enu, nathi: ‘Ngokuba uJehova wasizonda, wasikhipha ezweni laseGibithe ukuba asinikele esandleni sama-Amori, sichithwe.


Yilabo abakhononayo nabasolayo, behamba ngezinkanuko zabo, umlomo wabo ukhuluma uwangala, betusa ubuso ngenxa yenzuzo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ