Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 14:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Wathi kubo: “Ngomunye wabayishumi nambili, okha kanye nami esitsheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Wathi kubo: “Ngomunye wabali-12, okha kanye nami esitsheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Wasephendula wathi kubo: Ngomunye wabalitshumi lambili, ocwilisa lami esitsheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Wasephendula wathi kubo: Ngomunye wabalitshumi lambili, ocwilisa lami esitsheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 14:20
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ivila liyafaka isandla salo esitsheni; alisibuyiseli nasemlonyeni walo.


Kepha waphendula wathi: “Ofake isandla kanye nami esitsheni nguyena ozakungikhaphela.


Esakhuluma, bheka, kwafika uJuda, omunye wabayishumi nambili, enesixuku esikhulu sinezinkemba nezinduku, sivela kubapristi abakhulu namalunga esizwe.


Baqala ukudabuka, bathi kuye ngamunye: “Kungaba yimi na?”


INdodana yomuntu iyamuka kambe njengokulotshiwe ngayo, kepha maye kulowo muntu iNdodana yomuntu ekhashelwa ngaye! Nga kukuhle kulowo muntu ukuba kazalwanga.”


Khona masinyane esakhuluma, kwafika uJuda, omunye wabayishumi nambili, enesixuku esinezinkemba nezinduku, sivela kubapristi abakhulu nababhali namalunga.


Esakhuluma, bheka, kwafika isixuku; naye othiwa uJuda, omunye wabayishumi nambili, wayehamba phambi kwabo, wasondela kuJesu ukumanga.


Ngakho waphendula uJesu, wathi: “Yilowo engiyakumcwilisela ucezu, ngimnike lona.” Eselucwilisile-ke ucezu, walunika uJuda Iskariyothe.


Wayekhuluma ngoJuda Iskariyothe kaSimoni, ngokuba nguye obezakumkhaphela engomunye wabayishumi nambili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ