Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 13:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Khona uJesu waqala ukukhuluma kubo, ethi: “Qaphelani ningadukiswa muntu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 UJesu waqala ukukhuluma kubo, ethi: “Qaphelani, funa kube khona onidukisayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 UJesu wabaphendula waqala ukuthi: “Xwayani ningadukiswa muntu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 UJesu wabaphendula waqala ukuthi: “Xwayani ningadukiswa muntu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 13:5
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Maningakhohliswa ngabaprofethi abaphakathi kwenu nababhuli benu, ningawalaleli amaphupho enu eniwaphuphayo.


bathi: “Sitshele ukuthi lokhu kuyakuba nini, nesibonakaliso siyakuba yini, lapho sekuyakufezeka konke lokhu, na?”


Kuyakuza abaningi ngegama lami, bathi: ‘Nginguye,’ badukise abaningi.


Wathi: “Qaphelani ningadukiswa, ngokuba kuyakuza abaningi ngegama lami, bathi: ‘Nginguye;’ bathi futhi: ‘Isikhathi sesisondele;’ maningabalandeli.


Ningakhohliswa; ukujwayelana nababi konakalisa ukuziphatha okuhle.


Masingakhohliswa muntu ngamazwi ayize, ngokuba ngenxa yalezo zinto ulaka lukaNkulunkulu lwehlela phezu kwabantwana bokungalaleli.


Xwayani funa kube khona onithumbayo ngokuhlakanipha nangenkohliso eyize njengokwemvelo yabantu, njengezifundiso zokucathula kwezwe, kungenjengokukaKristu.


Makungabikho muntu onikhohlisayo nangayiphi indlela; ngokuba aluyikufika, kungaveli kuqala ukuhlubuka, kwambulwe umuntu ongenamthetho, indodana yokulahlwa,


Bathandekayo, maningakholwa yibo bonke omoya, kepha hlolani omoya ukuthi bangabakaNkulunkulu yini; ngokuba baningi abaprofethi bamanga abaphumele ezweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ