Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 12:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wathuma enye futhi; yona bayibulala, nezinye eziningi: ezinye bazishaya, ezinye bazibulala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Wabuye wathumela enye futhi; yona bayibulala nezinye eziningi. Ezinye bazishaya, ezinye bazibulala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Wabuye wathuma enye; yena bambulala, nabanye abaningi; abanye batshaya, abanye bebulala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wabuye wathuma enye; yena bambulala, nabanye abaningi; abanye batshaya, abanye bebulala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 12:5
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nokho iminyaka eminingi wababekezelela, wabaxwayisa ngoMoya wakho ngesandla sabaprofethi bakho, kepha abezwanga; wawusubanikela esandleni sabantu bezizwe.


Abaseleyo babamba izinceku zakhe, baziphatha kabi, bazibulala.


“Jerusalema, Jerusalema, wena obulala abaprofethi nokhanda ngamatshe abathunyelwe kuwe, kukangaki ngithanda ukubuthela ndawonye abantwana bakho njengesikhukukazi sibuthela amazinyane aso phansi kwamaphiko aso, kepha anivumanga.


Jabulani, nithokoze, ngokuba umvuzo wenu mkhulu ezulwini; ngokuba kanjalo babazingela abaprofethi abananduleleyo.


Waphinda wathuma kubo enye inceku; yona bayilimaza ekhanda, bayithuka.


“Kwase kusele umuntu munye, indodana ethandekayo; yona wayithuma kubo ekugcineni, ethi: ‘Bayakuyazisa indodana yami.’


Kodwa ngithi kini: U-Eliya sewafika, benza kuye abakuthandayo, njengalokho kulotshiwe ngaye.”


Yibani nesihawu, njengokuba uYihlo enesihawu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ