NgokukaMarku 12:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE32 Umbhali wayesethi kuye: “Yebo, Mfundisi, ushilo ngeqiniso ukuthi yinye, ayikho enye ngaphandle kwayo; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202032 Isazimthetho sasesithi kuJesu: “Yebo, Mfundisi lokhu okushilo kuyiqiniso kokuthi yinye iNkosi nokuthi ayikho enye ngaphandle kwayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible32 Umbhali wasesithi kuye: Kuhle, Mfundisi, ukhulume iqiniso, ngoba munye uNkulunkulu; futhi akakho omunye ngaphandle kwakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202432 Umbhali wasesithi kuye: Kuhle, Mfundisi, ukhulume iqiniso, ngoba munye uNkulunkulu; futhi akakho omunye ngaphandle kwakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Usho kanje uJehova, uthi: “Okukhandlekelweyo kwaseGibithe nokuzuziweyo kwaseKushe, nangamaSheba, abantu abade, kuyakungena kuwe, kube ngokwakho; bayakukulandela, bafike beboshwe ngamaketanga, bakhothamele kuwe, bakhuleke kuwe, bathi: ‘UNkulunkulu ukuwe kuphela, akakho omunye, akakho ngaphandle kukaNkulunkulu.’ ”