Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 10:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Bathi ukuzwa lokho abayishumi, baqala ukuthukuthelela oJakobe noJohane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

41 Kwathi ukuba abalishumi bakuzwe lokho, base bebathukuthelela oJakobe noJohane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

41 Kwathi abayishumi bekuzwa baqala ukuthukuthelela oJakobe noJohane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Kwathi abayishumi bekuzwa baqala ukuthukuthelela oJakobe noJohane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 10:41
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuziqhenya kuvela ukuxabana kuphela, kepha kwabalulekwayo kukhona ukuhlakanipha.


Bathi ukuzwa lokho abayishumi, bazithukuthelela izelamani ezimbili.


UJesu wayesebabiza, wathi kubo: “Niyazi ukuthi abathiwa babusa izizwe bazenza amakhosi phezu kwazo, nezikhulu zazo ziphethe amandla phezu kwazo.


Kwavela nokuphikisana phakathi kwabo kokuthi ngumuphi kubo ongathiwa omkhulu.


Wayesethi kubo: “Ababusi bezizwe bazenza amakhosi phezu kwazo, neziphathimandla zazo zithiwa abazenzela okuhle.


thandanani ngenhliziyo ngothando lobuzalwane; ekwazisaneni nandulelane;


ningenzi lutho ngombango nangodumo lwezwe; kepha ngokuthobeka nishaye sengathi abanye bakhulu kunani,


Niyacabanga yini ukuthi umbhalo usho ngeze ukuthi: “Umoya awuhlalisa kithi unxanela ngokomhawu,” na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ