Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 1:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Umoya ongcolileyo wamhlukumeza, wakhala ngezwi elikhulu, waphuma kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Umoya ongcolileyo wamhlukumeza, wakhala ngezwi elikhulu; waphuma kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Umoya ongcolileyo wamdwengula, wakhala ngezwi elikhulu, waphuma kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Umoya ongcolileyo wamdwengula, wakhala ngezwi elikhulu, waphuma kuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 1:26
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJesu wamkhuza wathi: “Thula, uphume kuye!”


Bethuka bonke, babuzana bodwa, bathi: “Kuyini lokhu? Yisifundiso esisha esinamandla; nawomoya abangcolileyo uyabayala, bamlalele.”


Bayiletha kuye. Kwathi umoya embona, wayihlukumeza kakhulu masinyane, yawa phansi emhlabathini, yazigingqa ikhihliza amagwebu.


Wamemeza, wamhlukumeza kakhulu, waphuma; waba njengofileyo, baze bathi abaningi: “Usefile.”


Kepha nxa onamandla kunaso esisukela, asinqobe, uyasaphuca izikhali zaso zonke ebesizethembile, ayabe impango yaso.


Bheka, umoya uyayibamba, idazuluke masinyane; uyihlukumeza, ikhihlize amagwebu, amuke kuyo eseyizukile.


Kuthe iseza, idemoni layiwisa phansi, layihlukumeza kakhulu; uJesu wamkhuza umoya ongcolileyo, wamphulukisa umfana, wambuyisela kuyise.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ