Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 9:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Esakhuluma lokhu, kwafika ifu, labasithibeza; besaba ekungeneni kwabo efwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 Esakhuluma lokhu, kwafika ifu, labasibekela; besaba lapho ifu libamboza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

34 Esakhuluma lokho, kwafika ifu, labasithibeza; besaba lapho bengena efwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Esakhuluma lokho, kwafika ifu, labasithibeza; besaba lapho bengena efwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 9:34
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Isiprofetho ngeGibithe. Bheka, uJehova ukhwele phezu kwefu elinejubane, uyeza eGibithe; onkulunkulu baseGibithe bayathuthumela ebusweni bakhe, nezinhliziyo zabaseGibithe ziphela amandla phakathi kwabo.


Ngashiywa ngedwa; ngawubona lombono omkhulu, akusalanga mandla kimi, ngokuba ubuhle bami baphenduka ukonakala kimi, angaba namandla.


Kwathi ekwahlukaneni kwawo naye uPetru wathi kuJesu: “Nkosi, kuhle ukuba silapha; masakhe amadokodo amathathu, elinye libe ngelakho, elinye libe ngelikaMose, elinye libe ngelika-Eliya;” wayengazi ukuthi uthini.


Kwavela izwi efwini, lathi: “Lo uyiNdodana yami ekhethiweyo; yizweni.”


Ngathi ukumbona, ngawa ngasezinyaweni zakhe njengofileyo; wayesebeka isandla sakhe sokunene phezu kwami, ethi: “Ungesabi; mina ngingowokuqala nowokugcina,


UManowa wathi kumkakhe: “Siyakufa nokufa, ngokuba simbonile uNkulunkulu.”


Wayesebona uGideyoni ukuthi iyingelosi kaJehova; uGideyoni wathi: “Maye, Nkosi Nkulunkulu! Ngokuba ngibonile ingelosi kaJehova ubuso nobuso.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ