Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 8:53 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

53 Bamhleka usulu, bazi ukuthi ifile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

53 Bamhleka usulu ngoba bazi ukuthi ife ngempela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

53 Bamhleka usulu, bazi ukuthi ifile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

53 Bamhleka usulu, bazi ukuthi ifile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 8:53
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiyisigcono somngane wami, ngowambiza uNkulunkulu, waphendula; olungileyo nongenasici uyisigcono.


Impela kukhona abangiklolodelayo, iso lami lisekucunuleni kwabo.


Bonke abangibonayo bayangiklolodela, baphukule imilomo, banikine amakhanda,


Yayideleliwe, yashiywa ngabantu, umuntu wobuhlungu owazi ukugula; yeyiswa injengosithezelwa ubuso ngabantu, asiyishayanga nto yalutho.


wathi kubo: “Dedani, ngokuba intombazana ayifile, kodwa ilele.” Bamhleka usulu.


AbaFarisi ababethanda imali bakuzwa konke lokho, bamklolodela.


Babekhala bonke beyililela; kepha wathi: “Ningakhali; ayifile, kodwa ilele.”


Kepha yena wayibamba ngesandla, wamemeza wathi: “Ntombazana, vuka!”


Wathi uJesu: “Susani itshe.” UMarta, udadewabo wofileyo, wathi kuye: “Nkosi, usenuka; ngokuba sezizine.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ