Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 8:52 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

52 Babekhala bonke beyililela; kepha wathi: “Ningakhali; ayifile, kodwa ilele.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

52 Bonke babekhala, belila, kodwa wathi kubo: “Ningakhali, ayifile; ilele.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

52 Bakhala bonke, beyililela, kepha wathi: “Ningakhali; kafile, kodwa ulele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

52 Bakhala bonke, beyililela, kepha wathi: “Ningakhali; kafile, kodwa ulele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 8:52
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USara wafela eKiriyati Araba okuyiHebroni ezweni laseKhanani; u-Abrahama wafika ukumlilela uSara nokumkhalela.


Yayisidabuka kakhulu inkosi, yakhuphukela ekamelweni elingaphezu kwesango, yakhala; isahamba yathi: “Hhawu, ndodana yami Abisalomu, ndodana yami, ndodana yami Abisalomu! Sengathi nga ngifile esikhundleni sakho, Abisalomu, ndodana yami, ndodana yami!”


Ukubonakala kwenkazimulo kaJehova kwakunjengomlilo oqedayo esiqongweni sentaba emehlweni abantwana bakwa-Israyeli.


“Ngiyakuthululela phezu kwendlu kaDavide naphezu kwabakhileyo eJerusalema umoya womusa nowokunxusa, bambheke abamgwazileyo, bamlilele njengokulilela ozelwe yedwa, babe nomunyu ngaye njengonomunyu ngezibulo lakhe.


‘Sinibethele imitshingo, anisinanga; salilisela, anikhalanga.’


Kwamlandela isixuku esikhulu sabantu, kukhona nabesifazane ababemkhalela, bemlilela.


Zonke izixuku ezazibuthanele ukubukela lokho sezibonile okwenzekileyo, zabuyela emuva, zishaya izifuba zazo.


Esefike endlini kavumanga ukuba kungene muntu naye, kuphela oPetru, noJohane, noJakobe, noyise wentombazana, nonina.


UJesu esekuzwile lokho wathi: “Lokhu kugula akusikho okokufa, kodwa kungenxa yenkazimulo kaNkulunkulu ukuba iNdodana kaNkulunkulu ikhazimuliswe ngakho.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ