Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 8:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 nabesifazane abathile ababephulukiswe kubo omoya ababi nasezifweni: uMariya obizwa ngokuthi uMagdalena, okwakuphume kuye amademoni ayisikhombisa,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Kwakukhona nabanye besifazane ababephulukiswe komoya ababi nasezifweni: kwakungoMariya obizwa ngoMagdalena, okwakuphume kuye amadimoni ayisikhombisa,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Nabesifazane abathile, ababephulukiswe kubomoya ababi nasezifweni, uMariya othiwa Magdalena, okwaphuma kuye amademoni ayisikhombisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Nabesifazane abathile, ababephulukiswe kubomoya ababi nasezifweni, uMariya othiwa Magdalena, okwaphuma kuye amademoni ayisikhombisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 8:2
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Udumo lwakhe lwezwakala ezweni lonke laseSiriya; baletha kuye bonke abagulayo abaphethwe yizifo ngezifo nobuhlungu, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi, wabaphulukisa.


Selidlulile isabatha, oMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe, noSalome bathenga amakha ukuba beze bamgcobe.


Esevukile, kusekuseni ngosuku lokuqala lweviki, wabonakala kuqala kuMariya Magdalena ayekhiphe kuye amademoni ayisikhombisa.


Kwamlandela isixuku esikhulu sabantu, kukhona nabesifazane ababemkhalela, bemlilela.


Bonke abazana naye nabesifazane ababemlandela bevela eGalile bema kude, bebuka lezo zinto.


Abesifazane abeza naye bevela eGalile balandela, balibona ithuna nokubekwa kwesidumbu sakhe.


UJesu wambuza wathi: “Ungubani igama lakho?” Wathi: “ULegiyona,*” ngokuba amademoni amaningi ayengene kuye.


Kepha kwakumi ngasesiphambanweni sikaJesu unina kanye nodadewabo kanina, uMariya umkaKleyophase, noMariya Magdalena.


Bonke laba baqinisela nganhliziyonye ekukhulekeni kanye nabesifazane, noMariya unina kaJesu, nabafowabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ