Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 7:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ngokuba nami ngingumuntu ophansi kwamakhosi, nginamabutho phansi kwami; ngithi kwelinye: ‘Hamba,’ lihambe; nakwelinye: ‘Woza,’ lize; nasencekwini yami: ‘Yenza lokhu,’ ikwenze.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Ngokuba nami ngingumuntu ophethe, nginamabutho aphansi kwami. Ngithi kwelinye: ‘Hamba,’ lihambe. Kwelinye ngithi: ‘Woza,’ lize, nasencekwini yami ngithi: ‘Yenza lokhu,’ ikwenze.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Ngokuba nami ngingumuntu ophansi kwegunya, nginamasosha phansi kwami, ngithi kwelinye: ‘Hamba,’ lihambe; futhi kwenye: Woza, futhi uyeza; nasencekwini yami, Yenza lokhu, ikwenze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngokuba nami ngingumuntu ophansi kwegunya, nginamasosha phansi kwami, ngithi kwelinye: ‘Hamba,’ lihambe; futhi kwenye: Woza, futhi uyeza; nasencekwini yami, Yenza lokhu, ikwenze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 7:8
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngakho angizibonanga ukuthi ngifanele ukuza kuwe; kepha yisho izwi, khona inceku yami iyakusinda.


UJesu ekuzwa lokho wamangala ngayo, waphenduka, wathi esixukwini esimlandelayo: “Ngithi kini: Angizange ngifumane ukukholwa okungaka nakwa-Israyeli.”


UPawulu wayesebiza enye induna yekhulu, wathi: “Yisa le nsizwa enduneni yenkulungwane, ngokuba inento ezakuyibika kuyo.”


Yayisibiza izinduna zekhulu ezimbili, yathi: “Lungisani amabutho angamakhulu amabili alungele ukuya eKesariya ngehora lesithathu lasebusuku, kanye nezinkweli ezingamashumi ayisikhombisa, nabemikhonto abangamakhulu amabili,


UKlawudiyu Lisiya kuye uFeliksi umbusi odumileyo; ngiyakubingelela.


Khona amabutho ayesemthatha uPawulu njengokuyalwa kwawo, amyisa e-Antipatheri ebusuku.


wayala induna yekhulu ukuba agcinwe, kepha abe nenkululeko, kunganqatshelwa muntu wakubo ukumkhonza.


Anginanto eqinisekileyo ngaye engingayilobela inkosi; ngakho ngimlethile phambi kwenu, ikakhulu phambi kwakho, nkosi Agripha, ukuze kuthi sekuhloliwe, ngibe nakho engingakuloba.


Zinceku, lalelani ezintweni zonke labo abangamakhosi enu ngokwenyama, kungengokuthenga amehlo njengabathokozisa abantu kodwa ngobuqotho benhliziyo, niyesabe iNkosi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ