Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 7:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Ifikile iNdodana yomuntu, idla, iphuza, senithi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umhlobo wabathelisi nezoni.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 INdodana yomuntu ifike yadla, yaphuza, kepha nithi: ‘Bhekani lo umuntu oyisiminzi nenkolotshe, umngani wabathelisi nezoni.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

34 INdodana yomuntu ifikile idla, inatha; nithi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 INdodana yomuntu ifikile idla, inatha; nithi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 7:34
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

INdodana yomuntu yafika idla, iphuza; bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umhlobo wabathelisi nowezoni.’ Kodwa ukuhlakanipha kuvunyiwe ngabantwana bakho.”


Ngokuba uma nithanda abanithandayo, ninamvuzo muni na? Abenzi njalo nabathelisi na?


AbaFarisi bekubona lokho bathi kubafundi bakhe: “Yini ukuba umfundisi wenu adle nabathelisi nezoni na?”


Esakhuluma, umFarisi wammema ukuba adle naye; wangena, wahlala ekudleni.


Kwathi ekungeneni kwakhe ngesabatha endlini yomunye waba yizikhulu kubaFarisi ukuba adle ukudla, bona uqobo babemqaphele.


AbaFarisi nababhali base bakhonona bethi: “Lo muntu wamukela izoni, adle nazo.”


Kuthe bekubona, bakhonona bonke, bathi: “Uye kungenisa kwandoda eyisoni.”


ULevi wamenzela isidlo esikhulu endlini yakhe; kwakukhona isixuku esikhulu sabathelisi nabanye ababehlezi nabo ekudleni.


“Ngokuba uJohane uMbhapathizi ufikile engadli sinkwa, engaphuzi wayini; nithi-ke: ‘Unedemoni.’


Kodwa ukuhlakanipha kuvunyiwe ngabantwana bakho bonke.”


Omunye wabaFarisi wammema ukuba adle naye; esengene endlini yomFarisi wahlala ekudleni.


Base bemenzela ukudla khona; uMarta wayephaka, kepha uLazaru wayengomunye wababehlezi ekudleni naye.


NoJesu nabafundi bakhe babemenyiwe emshadweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ