Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 7:31 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 “Pho-ke, abantu balesi sizukulwane ngiyakubafanisa nani na? Bafana nani na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 “Ngakho, ngingabafanisa nani abantu balesi sizukulwane na? Bafana nani?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Yathi iNkosi: Pho abantu balesi sizukulwane ngiyakubafanisa nani na? futhi bafana nani?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Yathi iNkosi: Pho abantu balesi sizukulwane ngiyakubafanisa nani na? futhi bafana nani?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 7:31
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngingafakaza ngokuthini ngawe, ngikufanise nani, ndodakazi yaseSiyoni, na? Ngingakulinganisa nani ukuba ngikududuze, ntombi eyindodakazi yaseSiyoni na? Ngokuba ukuchitheka kwakho kukhulu njengolwandle. Ngubani ongakuphulukisa na?


“Ngalokho yilowo nalowo owezwa lawa mazwi ami, awenze, uyakufaniswa nendoda ehlakaniphileyo eyakha indlu yayo phezu kwedwala.


Wathi futhi: “Siyakuwufanisa nani umbuso kaNkulunkulu? Siyakuwuchaza ngamfanekiso muni na?


Kepha abaFarisi nezazimthetho balenza ize icebo likaNkulunkulu maqondana nabo bengabhapathizwanga nguye.


Bafana nabantwana abahlezi esigcawini bememezana bethi: “ ‘Sinibethele imitshingo, anisinanga; salilisela, anikhalanga.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ