Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 5:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngokuba ubehlelwa ngukwesaba, yena kanye nabo bonke ababe naye, ngobuningi bezinhlanzi ababezibambile,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Phela yena kanye nabo bonke bamangaliswa ukubona ubuningi bezinhlanzi ababezibambile,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Ngokuba wamangala yena nabo bonke ababe naye ngokubanjiswa kwezinhlanzi ababezibambile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngokuba wamangala yena nabo bonke ababe naye ngokubanjiswa kwezinhlanzi ababezibambile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 5:9
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wamenza abe ngumbusi phezu kwemisebenzi yezandla zakho; konke wakubeka phansi kwezinyawo zakhe:


nezinyoni zezulu, nezinhlanzi zolwandle, nakho konke okuhamba ezindleleni zolwandle.


Wayengazi ukuthi uzakuphendula ngokuthini, ngokuba babesaba kakhulu.


Bonke abezwayo bamangala ngokukhulunywe kubo ngabelusi.


Bamangala ngokufundisa kwakhe, ngokuba izwi lakhe lalinamandla.


Behlelwa ngukwesaba bonke, bakhuluma bodwa, bathi: “Yizwi lini leli lokuba ayale omoya abangcolileyo ngegunya nangamandla, baphume?”


kanjalo-ke noJakobe noJohane amadodana kaZebedewu ababesebenzisana noSimoni. UJesu wathi kuSimoni: “Ungesabi; kusukela manje uzakubamba abantu.”


Kuthe uSimoni Petru ekubona lokho, waziphonsa phansi ngasemadolweni kaJesu, wathi: “Suka kimi, Nkosi, ngokuba ngingumuntu oyisoni.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ