Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 3:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Izigodi zonke ziyakugqitshwa, zonke izintaba namagquma kuyakwehliswa; kuqonde izinsongansonga, nemigoxigoxi ibe yizindlela ezilelezekile;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Izigodi zonke ziyakugqitshwa, zonke izintaba namagquma kuyakuhlelenjwa; kuqonde izinsongansonga, nemigoxigoxi ibe yizindlela ezihlelembekile;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Zonke izigodi ziyakugcwaliswa, zonke izintaba namagquma kuyakwehliswa; nezimangelengele ziyakuqondiswa, izindlela ezimazombezombe zibe bushelelezi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Zonke izigodi ziyakugcwaliswa, zonke izintaba namagquma kuyakwehliswa; nezimangelengele ziyakuqondiswa, izindlela ezimazombezombe zibe bushelelezi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 3:5
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Zonke izigodi ziyakuphakanyiswa, zonke izintaba namagquma kuyakwehliswa; amagebhugebhu ayakuhlelenjwa, nemigoxigoxi iyakuba yithafa.


Ngiyakuhambisa izimpumputhe ngendlela ezingayaziyo; emikhondweni ezingayaziyo ngiyakuzihola; ngiyakwenza ubumnyama bube ngukukhanya phambi kwazo, namagebhugebhu ukuba ahlelenjwe; ngiyakwenza lezi zinto ngingazishiyi.


Mina ngiyakuhamba phambi kwakho, ngihlelembe amagebhugebhu, ngaphule izivalo zethusi, nginqume imigoqo yensimbi.


Ngiyakuzenza zonke izintaba zami zibe yizindlela, imendo yami iphakame.


Yonke imithi yasendle iyakwazi ukuthi mina Jehova ngiwisile umuthi omude, ngiphakamisile umuthi omfushane; ngomisile umuthi oluhlaza, ngihlumisile umuthi owomileyo. “ ‘Mina Jehova ngikukhulumile, ngakwenza.’ ”


Umzalwane ophansi makazincome ngokuphakama kwakhe,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ