Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 3:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 wenezela nalokhu kokunye konke, wamvalela uJohane etilongweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 waze wenezela nangalokhu ebubini bakhe, wavalela uJohane etilongweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Wenezela nalokhu phezu kwakho konke, ukuthi wavalela uJohane etilongweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Wenezela nalokhu phezu kwakho konke, ukuthi wavalela uJohane etilongweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 3:20
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Futhi uManase wachitha kakhulu igazi elingenacala, waze wagcwalisa iJerusalema kusukela ekuqaleni kuze kube sekugcineni, ngaphandle kwesono sakhe onisa ngaso uJuda ngokwenza okubi emehlweni kaJehova.


nangenxa yegazi elingenacala alichithayo, ngokuba wagcwalisa iJerusalema ngegazi elingenacala, lokhu uJehova akavumanga ukukuthethelela.


kepha baziklolodela izithunywa zikaNkulunkulu, bawadelela amazwi akhe, babaphatha kabi abaprofethi bakhe, yaze yavuka intukuthelo kaJehova ngabantu bakhe, kwaze kwangabakho ukwelashwa.


“Kepha babengalaleli, bakuhlubuka, balahla nyovane umthetho wakho, bababulala abaprofethi bakho abafakaza ngabo ukubabuyisela kuwe, benza izithuko ezinkulu.


“Ngibashayele ize abantwana benu, abakwamukelanga ukulaywa; inkemba yenu ibadlile abaprofethi benu njengengonyama echithayo.


Kuthe esezwile ukuthi uJohane uboshiwe, wamuka waya eGalile.


Ngokuba uJohane wayengakafakwa etilongweni.


ngokuba bachitha igazi labangcwele nelabaprofethi, wabanika ukuba baliphuze igazi; bakufanele.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ