Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 3:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi ngomnyaka weshumi nanhlanu wokubusa kukaTiberiyu Kesari, uPontiyu Pilatu engumbusi waseJudiya, uHerode engumtetrarki* waseGalile, uFiliphu umfowabo engumtetrarki wezwe lase-Itureya nelaseTrakhoniti, uLisaniya engumtetrarki wase-Abilene,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Kwathi ngonyaka we-15 wokubusa kukaThibheriyu Khesari, uPontiyu Pilatu engumbusi eJudiya, uHerode enguMthethrakhi eGalile, umfowabo uFiliphu enguMthethrakhi e-Ithureya naseThrakhonithi, uLisaniya enguMthethrakhi e-Abhilene,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi ngomnyaka weshumi nanhlanu wokubusa kukaTiberiyu Kesari, uPontiyu Pilatu engumbusi waseJudiya, noHerode engumbusi wesifunda saseGalile, noFiliphu umfowabo engumbusi wesifunda sase-Itureya nasesifundeni saseTrakoniti, noLisaniya engumtetrarki wase-Abilene,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi ngomnyaka weshumi nanhlanu wokubusa kukaTiberiyu Kesari, uPontiyu Pilatu engumbusi waseJudiya, noHerode engumbusi wesifunda saseGalile, noFiliphu umfowabo engumbusi wesifunda sase-Itureya nasesifundeni saseTrakoniti, noLisaniya engumtetrarki wase-Abilene,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 3:1
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Intonga yobukhosi ayiyikusuka kuJuda, nozime lokubusa phakathi kwezinyawo zakhe, aze afike yena olufanele lona; nezizwe ziyakumlalela.


Ngaleso sikhathi uHerode umtetrarki* waluzwa udumo lukaJesu,


Ngokuba uHerode wayembambile uJohane, wambopha, wamfaka etilongweni ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo,


Kepha ngosuku lokuzalwa kukaHerode indodakazi kaHerodiya yasina phambi kwabo, yamjabulisa uHerode,


Ngakho sitshele, uthini wena? Kuvunyelwe ukuthela kuKesari noma qha?”


bambopha, bamuka naye, bamnikela kuPilatu umbusi.


Ngokuba yena uHerode wayethumele wambamba uJohane, wambopha etilongweni ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo, ngokuba wayeganwe nguye.


Kwathi sekufikile usuku oluhle, lapho uHerode ngosuku lokuzalwa kwakhe ezenzela idili izikhulu zakhe, nezinduna zempi, nabanumzane baseGalile,


Ngawo lowo mzuzwana kweza abaFarisi abathile, bathi kuye: “Suka, umuke lapha, ngokuba uHerode ufuna ukukubulala.”


Kwathi ngalezo zinsuku kwaphuma isimemezelo kuKesari Awugustu sokuba kubalwe izwe lonke.


Wayesenquma uPilatu ngokuthi akwenziwe abakufunayo.


Kepha uHerode umtetrarki,* esolwa nguye ngenxa kaHerodiya umkamfowabo nangenxa yakho konke okubi abekwenzile uHerode,


Kwathi uHerode umtetrarki* ekuzwa konke okwenzekayo, wasambatheka ngokusho kwabanye ukuthi uJohane uvukile kwabafileyo,


UKlawudiyu Lisiya kuye uFeliksi umbusi odumileyo; ngiyakubingelela.


Kepha sekuphelile iminyaka emibili, uFeliksi walandelwa nguPorkiyu Festu; kodwa uFeliksi efuna ukubongwa ngabaJuda washiya uPawulu eboshiwe.


Inkosi yayisisukuma nombusi noBernike kanye nababehlezi nabo;


“Ngokuba ngempela oHerode, noPontiyu Pilatu, kanye nabezizwe, nabantu bakwa-Israyeli bayihlanganyela kulo muzi iNceku yakho engcwele uJesu owamgcobayo


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ