Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 24:52 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

52 Bakhuleka kuye, baphindela eJerusalema benokuthokoza okukhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

52 Bakhuleka kuye, base bebuyela eJerusalema benokuthokoza okukhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

52 Bakhuleka kuye, babuyela eJerusalema benokuthokoza okukhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

52 Bakhuleka kuye, babuyela eJerusalema benokuthokoza okukhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 24:52
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Waphendula ukukhala kwami kwaba ngukusina; wangikhumula izingubo zami zokulila, wangembathisa ukujabula,


sebembona bakhuleka kuye, kepha abanye bangabaza.


Bheka, uJesu wabahlangabeza, wathi: “Sanibona.” Besondela babamba izinyawo zakhe, bakhuleka kuye.


Kwathi esababusisa, wahlukana nabo, wenyuselwa ezulwini.


Babekhona ethempelini njalo bemdumisa uNkulunkulu.


“Nizwile ukuthi nganitshela ngathi: Ngiyamuka, kepha ngiyabuyela kini. Uma beningithanda, beniyakujabula, ngokuba ngiya kuBaba, lokhu uBaba mkhulu kunami.


Nani-ke nilusizi manje, kepha ngiyakubuye nginibone, inhliziyo yenu ithokoze; intokozo yenu akakho onganamuka yona.


Kodwa mina nginitshela iqiniso lokuthi kunilungele ukuba ngimuke; ngokuba uma ngingamuki, uMduduzi kayikuza kini; kepha uma ngimuka, ngiyakumthumela kini.


UTomase waphendula, wathi kuye: “Nkosi yami, Nkulunkulu wami!”


Khona babuyela eJerusalema bevela entabeni ethiwa eyemiNqumo eseduze neJerusalema, ibanga lohambo lwesabatha.


enimthanda ningambonanga, enithi ningamboni manje nikholwa nguye, nithokoza ngentokozo engakhulumekiyo netusekayo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ