Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 24:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Bafumana itshe ligingqiwe ethuneni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Bafica itshe ligingqiwe ethuneni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Bafica itshe ligingqiwe lasuswa ethuneni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Bafica itshe ligingqiwe lasuswa ethuneni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 24:2
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, kwaba khona ukuzamazama komhlaba okukhulu, ngokuba ingelosi yeNkosi yehla ezulwini, yeza yagingqa itshe, yahlala phezu kwalo.


Kepha ngosuku lokuqala lweviki, kuntwela ngenzansi, bafika ethuneni bephethe amakha ababewalungisile.


Kuthe bengena, abasifumananga isidumbu seNkosi uJesu.


Ngakho uJesu, ebubula futhi phakathi kwakhe, wafika ethuneni. Lalingumhume, kwakukhona itshe phezu kwawo.


Balisusa-ke itshe. Kepha uJesu waphakamisa amehlo, wathi: “Baba, ngiyakubonga ngokuba ungizwile.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ