Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 20:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi ngolunye lwezinsuku lezo esafundisa abantu ethempelini, eshumayela ivangeli, abapristi abakhulu nababhali bekanye namalunga bamvukela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Kwathi ngolunye usuku uJesu efundisa abantu ethempelini futhi eshumayela ivangeli, abaphristi abakhulu, izazimthetho namalunga, bamvukela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi ngolunye lwalezo zinsuku efundisa abantu ethempelini, eshumayela ivangeli, kwafika kuye abapristi abakhulu nababhali kanye namalunga;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi ngolunye lwalezo zinsuku efundisa abantu ethempelini, eshumayela ivangeli, kwafika kuye abapristi abakhulu nababhali kanye namalunga;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 20:1
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngaleso sikhathi uJesu wathi ezixukwini: “Niphumile kungathi nize kumphangi, niphethe izinkemba nezinduku ukungibamba, na? Bengihlezi ethempelini imihla ngemihla ngifundisa, anangibamba.


Bakhuluma, bathi kuye: “Sitshele ukuthi lokhu ukwenza ngagunya lini, nokuba ngubani okunike leli gunya na?”


Kwathi emva kwalokho wayehamba imizi nemizana eshumayela ememezela ivangeli lombuso, benaye abayishumi nambili


UJesu wamphendula wathi: “Ngikhulumile obala ezweni. Ngezikhathi zonke bengifundisa esinagogeni* nasethempelini, lapho abaJuda bonke bebuthana khona, angikhulumanga lutho ngasese.


Kepha besakhuluma kubantu, abapristi nenduna yethempeli nabaSadusi babafikela,


bavusa abantu namalunga nababhali, bamvukela, bambamba, bamyisa emphakathini;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ