Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 2:44 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Bethi-ke bona uphakathi kwabahambisana nabo bahamba ibanga losuku, bamfuna phakathi kwezihlobo nabazana nabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

44 Becabanga ukuthi uphakathi kwababehambisana nabo, bahamba ibanga losuku bamfuna phakathi kwezihlobo nabazana nabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

44 Kepha bona babethi uphakathi kwesixuku bahamba ibanga losuku; bamdinga phakathi kwezihlobo nezihlobo zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

44 Kepha bona babethi uphakathi kwesixuku bahamba ibanga losuku; bamdinga phakathi kwezihlobo nezihlobo zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 2:44
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiyakukhumbula lokhu, ngithulule umphefumulo wami phakathi kwami, njengalokho ngangihamba esixukwini ngiya naso endlini kaNkulunkulu ngenhlokomo yokwethaba nokubonga, ibandla ligubha umkhosi.


Abantu abaningi bayakuhamba, bathi: “Wozani sikhuphukele entabeni kaJehova endlini kaNkulunkulu kaJakobe; uyakusifundisa izindlela zakhe, sihambe emikhondweni yakhe,” ngokuba umthetho uyakuvela eSiyoni, nezwi likaJehova eJerusalema.


Sebeziqedile izinsuku, ekubuyeni kwabo, umntwana uJesu wasala eJerusalema, abazali bakhe bengazi.


Bonke abazana naye nabesifazane ababemlandela bevela eGalile bema kude, bebuka lezo zinto.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ