Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 2:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 “Sale usumukisa ngokuthula inceku yakho, Somandla, njengezwi lakho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

29 “Nkosi, sale usumukisa inceku yakho ngokuthula, njengezwi lakho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Manje, Nkosi, uyayiyeka inceku yakho ihambe ngokuthula njengezwi lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Manje, Nkosi, uyayiyeka inceku yakho ihambe ngokuthula njengezwi lakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 2:29
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha wena uyakuya koyihlo ngokuthula, umbelwe usumdala.


U-Israyeli wayesethi kuJosefa: “Sengingafa, lokhu ngibone ubuso bakho ukuthi usekhona.”


Mbhekisise ongasolekiyo, umbone oqotho; ngokuba umuntu wokuthula, ukugcina kwakhe kuhle.


Kwakubonakalisiwe kuye ngoMoya oNgcwele ukuthi akayikubona ukufa engakamboni uKristu weNkosi.


wamamukela ngokumgona, wambonga uNkulunkulu, wathi:


Kepha ngiphakathi kokubili; nginesifiso sokumuka ngibe noKristu, ngokuba yikhona okuhle kakhulu;


Ngase ngizwa izwi livela ezulwini, lithi: “Loba ukuthi: Babusisiwe abafileyo abafele eNkosini kusukela kulesi sikhathi.” “Yebo,” usho uMoya, “ukuze baphumule ekukhandlekeni kwabo; ngokuba imisebenzi yabo iyabalandela.”


Bamemeza ngezwi elikhulu, bathi: “Koze kube nini, Mbusi ongcwele noqinisileyo, ungahluleli, uphindisele igazi lethu kulaba abakhileyo emhlabeni na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ