Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 17:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “Ngumuphi kini onenceku elimayo nokuba eyalusayo, athi kuyo ibuya endle: ‘Sondela masinyane, uhlale phansi, udle’?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 “Ngubani kini ongathi enenceku elimayo noma eyelusayo, bese kuthi isanda kubuya nje endle, athi kuyo: ‘Sondela ngokushesha, uhlale phansi, udle’ na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 “Ngumuphi kini onenceku elimayo noma eyelusa izinkomo oyakuthi kuyo masinyane ibuya ensimini: ‘Hamba uhlale phansi, udle?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 “Ngumuphi kini onenceku elimayo noma eyelusa izinkomo oyakuthi kuyo masinyane ibuya ensimini: ‘Hamba uhlale phansi, udle?’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 17:7
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha wathi kubo: “Ngumuphi umuntu kini enemvu eyodwa, uma iyele emgodini ngesabatha, ongayikuyibamba, ayikhiphe, na?


Kepha iNkosi yamphendula yathi: “Bazenzisi, kanti yilowo nalowo kini kayithukululi yini ngesabatha inkabi yakhe noma imbongolo yakhe emkhombeni, ayise ukuyoyiphuzisa, na?


Wathi kubo: “Ngumuphi kini ongathi indodana noma inkabi iyele emgodini, angayikhiphi masinyane ngosuku lwesabatha, na?”


“Njengokuba kwenzeka emihleni kaNowa, kuyakuba njalo nasemihleni yeNdodana yomuntu.


Yayisithi iNkosi: “Uma beninokukholwa okungangenhlamvu yesinaphi, beningasho kulo mthombe: ‘Simbuka, utshaleke elwandle,’ ubuyakunilalela.


Kodwa akayikusho kuyo ukuthi: ‘Lungisa engizakukudla, uzibophe, ungiphakele, ngize ngidle, ngiphuze, andukuba udle, uphuze wena,’ na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ