Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 17:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Abafunyaniswanga yini ababuyela ukumnika uNkulunkulu udumo, kuphela lona wezizwe na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Abatholakalanga yini abazobuya bamnike udumo uNkulunkulu, ngaphandle kwalo wabezizwe na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Kabafunyanwanga ababuyela ukuzokhazimulisa uNkulunkulu, ngaphandle kwalo wezizwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kabafunyanwanga ababuyela ukuzokhazimulisa uNkulunkulu, ngaphandle kwalo wezizwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 17:18
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bashesha bakhohlwa imisebenzi yakhe, abalindelanga isiluleko sakhe.


Onikela ngomnikelo wokubonga uyangidumisa; oqaphela indlela yakhe ngiyakumbonisa insindiso kaNkulunkulu.”


Mabanike uJehova udumo, bamemezele udumo lwakhe eziqhingini.


Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina, nabokugcina babe ngabokuqala.


“Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina.”


UJesu ekuzwa lokho wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngifumane kwa-Israyeli ukukholwa okungaka kumuntu.


kodwa abantwana bombuso bayakukhishelwa ebumnyameni obungaphandle; lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo.”


Kepha izixuku zikubona zethuka, zamdumisa uNkulunkulu onikile abantu amandla anjalo.


Kepha uJesu waphendula wathi: “Akuhlanjululwanga abayishumi na? Baphi, pho, abayisishiyagalolunye na?


isho ngezwi elikhulu, ithi: “Mesabeni uNkulunkulu, nimnike inkazimulo, ngokuba ihora lokwahlulela kwakhe selifikile; nikhuleke kuye owenza izulu nomhlaba nolwandle nemithombo yamanzi.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ