Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 14:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Wabalandisa abamenyiweyo umfanekiso, ebona ukuzikhethela kwabo izihlalo eziphambili, wathi kubo:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Wayesebalandisa abamenyiweyo umzekeliso, ebona beziqokela izihlalo eziphambili, wathi kubo:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Wayesebatshela umfanekiso kwabamenyiweyo, ebona ukuthi babekhetha izindlu eziphambili; ethi kubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wayesebatshela umfanekiso kwabamenyiweyo, ebona ukuthi babekhetha izindlu eziphambili; ethi kubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 14:7
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba kungcono ukuba kuthiwe kuwe: “Yenyuka lapha,” kunokuba wehliswe phambi kwesikhulu asesibonile amehlo akho.


Ukuhlakanipha akumemezi yini, nokuqonda akukhiphi izwi lakho na?


“Ndodana yomuntu, yisho imfumbe, ukhulume ngomfanekiso kuyo indlu yakwa-Israyeli,


Konke lokho uJesu wakukhuluma ezixukwini ngemifanekiso; ngaphandle komfanekiso kakhulumanga lutho kubo,


Bathanda izindawo ezingenhla ekudleni nezihlalo eziphambili emasinagogeni,*


“Maye kinina baFarisi, ngokuba nithanda izihlalo eziphambili emasinagogeni* nokubingelelwa ezigcawini zokuthengelana!


“Xwayani ababhali abafuna ukuhamba bembethe izingubo ezinde, bethanda ukubingelelwa ezigcawini nokuhlala phambili emasinagogeni* nasezindaweni ezingenhla ekudleni,


ningenzi lutho ngombango nangodumo lwezwe; kepha ngokuthobeka nishaye sengathi abanye bakhulu kunani,


Ngalobela ibandla okuthile, kodwa uDiyotrefe othanda ukuba abe mkhulu phakathi kwabo akasamukeli thina.


USamsoni wathi kubo: “Ake ngininike imfumbe; uma ningitshela yona kahle ngezinsuku eziyisikhombisa zedili, niyiqandele, ngiyakuninika amayembe angamashumi amathathu nezingubo zokuphendulela ezingamashumi amathathu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ