Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 14:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 UJesu wathatha, wathi kuzo izazimthetho nabaFarisi: “Kuvunyelwe yini ukuphulukisa ngesabatha noma qha?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 UJesu wayesebuza kuzo izazimthetho nabaFarisi, wathi: “Kuvunyelwe yini ukuphilisa ngesabatha noma qha na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 UJesu waphendula wakhuluma kuzo izazimthetho nabaFarisi, wathi: Kuvunyelwe yini ukuphulukisa ngesabatha na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 UJesu waphendula wakhuluma kuzo izazimthetho nabaFarisi, wathi: Kuvunyelwe yini ukuphulukisa ngesabatha na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 14:3
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, kwakukhona umuntu onesandla esishwabeneyo; bambuza bathi: “Kuvunyelwe yini ukuphulukisa ngesabatha na?” – ukuze bammangalele.


Kepha abaFarisi bebona lokho bathi kuye: “Bheka, abafundi bakho benza okungavunyelwe ukuba kwenziwe ngesabatha.”


Omunye wabo, isazimthetho, wamlinga, wathi:


Wayesethi kubo: “Kuvunyelwe ngesabatha ukwenza okuhle noma okubi yini, ukusindisa umuntu noma ukumbulala na?” Kepha bathula.


Bheka, kwavela phambi kwakhe umuntu othile owayenesifo samanzi.


Kepha bathula. Wayesemphatha, wamphulukisa, wammukisa.


UJesu wathi kubo: “Ngiyanibuza ukuthi kuvunyelwe ngesabatha ukwenza okuhle noma okubi yini, ukusindisa umuntu noma ukumbulala, na?”


Uma umuntu amukela ukusoka ngesabatha ukuze kungeqiwa umthetho kaMose, pho, ningithukuthelela ngokuba ngaphulukisa umuntu ngokuphelele ngesabatha na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ