Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 13:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngithi kini: Qha, kepha uma ningaphenduki, niyakubhubha kanjalo nonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Ngithi kini: akunjalo, kodwa uma ningaphenduki, niyakubhubha nonke njengabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Ngithi kini: Qha, kepha uma ningaphenduki, niyakubhubha ngokunjalo nonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngithi kini: Qha, kepha uma ningaphenduki, niyakubhubha ngokunjalo nonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 13:3
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abesehamba-ke, abuye nabanye omoya abayisikhombisa ababi kunaye, bangene bahlale khona; kuthi ukugcina kwalowo muntu kuba kubi kunokuqala. Kuyakuba njalo nakulesi sizukulwane esibi.”


Kepha inkosi yathukuthela, yathuma amabutho ayo, yabulala labo babulali, yashisa umuzi wabo.


“Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele!”


Waphendula, wathi kubo: “Nithi labo baseGalile babe yizoni kunabo bonke abaseGalile, ngokuba behlelwa yilokho, na?


Nalabo abayishumi nesishiyagalombili owawela phezu kwabo umbhoshongo waseSilowama, wababulala, nithi bona babe namacala kunabantu bonke abakhileyo eJerusalema na?


Ngithi kini: Qha, kepha uma ningaphenduki, niyakubhubha ngokunjalo nonke.”


kushunyayelwe egameni lakhe ukuphenduka, kube ngukuthethelelwa kwezono ezizweni zonke, kuqalwe eJerusalema.


Ngalokhu phendukani, niguquke ukuba kuhlangulwe izono zenu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ