Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 13:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Waphendula, wathi kubo: “Nithi labo baseGalile babe yizoni kunabo bonke abaseGalile, ngokuba behlelwa yilokho, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Waphendula wathi kubo: “Nicabanga ukuthi labo bantu baseGalile babeyizoni kunabo bonke yini abanye baseGalile, ngokuba behlelwa yilowo mshophi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 UJesu waphendula wathi kubo: “Nithi labo baseGalile babeyizoni kunabaseGalile bonke ngokuba behlushwe ngalezi zinto na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 UJesu waphendula wathi kubo: “Nithi labo baseGalile babeyizoni kunabaseGalile bonke ngokuba behlushwe ngalezi zinto na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 13:2
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngaleso sikhathi kwakukhona abathile abamtshela ngabaseGalile igazi labo uPilatu ayelixubanisile nemihlatshelo yabo.


Ngithi kini: Qha, kepha uma ningaphenduki, niyakubhubha kanjalo nonke.


Nalabo abayishumi nesishiyagalombili owawela phezu kwabo umbhoshongo waseSilowama, wababulala, nithi bona babe namacala kunabantu bonke abakhileyo eJerusalema na?


Abafundi bakhe bambuza bathi: “Rabi, ngubani owonayo, lona noma abazali bakhe, aze azalwe eyimpumputhe na?”


Abantu bakhona sebebona isilwane silenga esandleni sakhe, bakhuluma bodwa, bathi: “Ngempela lo muntu ungumbulali othi noma esindile elwandle ukuLunga akuvumi ukuba aphile.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ