Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 12:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Akuthengwa yini imizwilili eyisihlanu ngezindibilishi ezimbili na? Akukhohlakele namunye kuyo emehlweni kaNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Akuthengiswa yini imizwilili emihlanu ngezindibilishi ezimbili na? Nokho akukho namunye awukhohlwayo uNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Akuthengwa yini imizwilili eyisihlanu ngamasentimitha amabili, kanti akukho namunye kubo olibalekayo phambi kukaNkulunkulu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Akuthengwa yini imizwilili eyisihlanu ngamasentimitha amabili, kanti akukho namunye kubo olibalekayo phambi kukaNkulunkulu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 12:6
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Unika izinkomo ukudla kwazo, namazinyane egwababa akhalayo.


Akuthengwa yini imizwilili emibili ngendibilishi na? Kepha akuyikuwa phansi namunye kuyo ngaphandle kukaYihlo.


Kwase kufika umfelokazi ompofu wabeka amafadingi* amabili okuyisitebela.*


Bhekani izingwababana ukuthi azihlwanyeli, azivuni, azinaxhiba nanqolobane, kepha uNkulunkulu uyazondla; nina nizidlula kakhulu kangakanani izinyoni.


“Bhekani iminduze ukuthi imila kanjani; ayiphothi, ayaluki, kepha ngithi kini noSolomoni ebukhazikhazini bakhe bonke wayengembathisile okomunye wayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ