Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 12:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngakho-ke konke enikukhuluma ebumnyameni kuyakuzwiwa ekukhanyeni, nalokho enikukhuluma endlebeni emakamelweni kuyakumenyezelwa phezu kwezindlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Ngakho-ke konke enikukhuluma ebumnyameni, kuyakuzwakala ekukhanyeni; nalokho enikukhuluma nikuhleba emakamelweni, kuyakumenyezelwa phezu kwezindlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Ngakho-ke konke enikukhulume ebumnyameni kuyakuzwakala ekukhanyeni; nalokho enikukhulume endlebeni emakamelweni kuyakumenyezelwa phezu kwezindlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngakho-ke konke enikukhulume ebumnyameni kuyakuzwakala ekukhanyeni; nalokho enikukhulume endlebeni emakamelweni kuyakumenyezelwa phezu kwezindlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 12:3
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ungayiqalekisi inkosi nasemicabangweni yakho, ungabathuki abacebileyo nasekamelweni lakho lokulala, ngokuba inyoni yezulu iyakulihambisa izwi, nokunamaphiko kuyakuyilanda indaba.


Lokhu enginitshela khona ebumnyameni, kukhulumeni ekukhanyeni; nalokhu enikuzwayo endlebeni, kushumayeleni phezu kwezindlu.


Kepha ngithi kini: Amazwi onke ayize abawakhulumayo abantu bayakuzilanda ngawo ngosuku lokwahlulelwa.


ophezu kwendlu angehli ukuyothatha okusendlini yakhe,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ