Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 11:54 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

54 bemqamekela ukuba babambe into ephuma emlonyeni wakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

54 behlose ukumhila, ukuze bambambe ngamazwi akhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

54 bemqamekela, befuna ukubamba utho oluphuma emlonyeni wakhe, ukuze bambeke icala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

54 Bemqamekela, befuna ukubamba utho oluphuma emlonyeni wakhe, ukuze bambeke icala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 11:54
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi inkosi yakwa-Israyeli isiyifundile incwadi, yaklebhula izingubo zayo, yathi: “Mina nginguNkulunkulu yini ukuba ngibulale, ngiphilise, ukuze lo athumele kimi umuntu ukumphilisa ochokweni lwakhe, na? Ake niqonde, nibone ukufuna kwakhe ithuba lokulwa nami.”


Khona abaFarisi basuka, bacebisana ukuba bamhile ngezwi.


Kepha uJesu ebazi ububi babo wathi: “Bazenzisi, ningilingelani na?


Omunye wabo, isazimthetho, wamlinga, wathi:


Khona abanye babaFarisi nabakaHerode bathunyelwa kuye ukuba bamhile ngezwi.


Bamqaphela ukuba uzakumphilisa yini ngesabatha, ukuze bambeke icala.


Kuthe ephuma lapho, ababhali nabaFarisi baqala ukumzonda kabi nokumbuzisisa ngokuninginingi,


Bamqaphela, bathuma izinhloli ezizishaya abalungileyo ukuba bamhile ngezwi lakhe, baze bamkhaphele emandleni nasegunyeni lombusi wezwe.


Abaze baba namandla ukumhila ngezwi lakhe phambi kwabantu; bamangala ngokuphendula kwakhe, bathula.


Ngakho-ke wena ungabavumeli, ngokuba kubona amqamekele amadoda angaphezu kwamashumi amane azilokotheleyo ukuba angadli, angaphuzi, engakambulali; manje-ke sebelungele bebheke isithembiso sakho.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ