Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 4:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Base bewashiya masinyane amanetha, bamlandela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Bashiya amanetha abo ngokushesha, bamlandela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Base bewashiya masinyane amanetha, bamlandela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Base bewashiya masinyane amanetha, bamlandela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 4:20
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wabuya ekumlandeleni, wathatha izinkabi zombili, wazihlaba, wapheka inyama yazo ngempahla yezinkabi, wabapha abantu, badla. Wayesesuka, wamlandela u-Eliya, wamkhonza.


Ngiyashesha, angilibali ukugcina imiyalo yakho.


“Othanda uyise nonina kunami kangifanele; nothanda indodana noma indodakazi kunami kangifanele;


Khona uPetru wathatha wathi kuye: “Bheka, thina sishiye konke, sakulandela. Pho, siyakutholani na?”


Wayesethi kubo: “Ngilandeleni; ngiyakunenza nibe ngabadobi babantu.”


Esedlulela phambili wabona ezinye izelamani ezimbili, uJakobe kaZebedewu, noJohane umfowabo, besemkhunjini kanye noZebedewu uyise, belungisa amanetha abo; wababiza.


Sebeyilethile imikhumbi emhlabathini bashiya konke, bamlandela.


ukuba ayambule iNdodana yakhe kimi, ukuze ngiyishumayele phakathi kwabezizwe, khona lapho angibuzananga nenyama negazi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ