Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 4:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kuthe esezwile ukuthi uJohane uboshiwe, wamuka waya eGalile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Kuthe uJesu esezwile ukuthi uJohane uboshiwe, wahamba waya eGalile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Kwathi uJesu esezwile ukuthi uJohane ubotshiwe, wasuka waya eGalili;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kwathi uJesu esezwile ukuthi uJohane ubotshiwe, wasuka waya eGalili;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 4:12
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi-ke uJohane esetilongweni, ezwile ngemisebenzi kaKristu, wathumela ngabafundi bakhe,


Ngokuba uHerode wayembambile uJohane, wambopha, wamfaka etilongweni ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo,


Emva kokuboshwa kukaJohane uJesu wafika eGalile eshumayela ivangeli likaNkulunkulu,


Ngokuba yena uHerode wayethumele wambamba uJohane, wambopha etilongweni ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo, ngokuba wayeganwe nguye.


Kwayikhona beqinisa kakhulu, bethi: “Uvusa abantu efundisa kulo lonke laseJudiya, eqalile kwelaseGalile, waze wafika lapha.”


wenezela nalokhu kokunye konke, wamvalela uJohane etilongweni.


UJesu wabuyela eGalile ngamandla kaMoya; udumo lwakhe lwanda kulo lonke izwe langakhona.


Wehlela eKapernawume umuzi waseGalile. Wayebafundisa ngosuku lwesabatha.


Ngangomuso wayefuna ukuya eGalile, wafumana uFiliphu; uJesu wathi kuye: “Ngilandele.”


Lokho ukuqala kwezibonakaliso wakwenza uJesu eKhana laseGalile ebonakalisa inkazimulo yakhe; abafundi bakhe bakholwa nguye.


Ngokuba uJohane wayengakafakwa etilongweni.


Kepha emva kwezinsuku ezimbili waphuma lapho ukuya eGalile.


Leso siyisibonakaliso sesibili uJesu asenza efikile eGalile evela eJudiya.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ