Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 27:62 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

62 Kepha ngangomuso okungolulandela usuku lokulungisela abapristi abakhulu nabaFarisi babuthana kuPilatu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

62 Ngakusasa, ngosuku olulandela uSuku Lokulungisela, abaphristi abakhulu nabaFarisi babuthana kuPilatu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

62 Kwathi ngangomuso, olulandela usuku lokulungisela, abapristi abakhulu nabaFarisi babuthana kuPilatu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

62 Kwathi ngangomuso, olulandela usuku lokulungisela, abapristi abakhulu nabaFarisi babuthana kuPilatu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 27:62
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo abafundi beza kuJesu, bathi: “Uthanda ukuba sikulungiselephi ukuba udle iphasika na?”


Kwathi ukuba kuhlwe, ngokuba kwakulusuku lokulungisela okungukuthi olwandulela isabatha,


Kwakungolokulungisela iPhasika kungathi ihora lesithupha. Wathi kubaJuda: “Bhekani inkosi yenu.”


Khona abaJuda, ngokuba kwakungolokulungisela, ukuze izidumbu zingahlali esiphambanweni ngesabatha, ngokuba lolo suku lwesabatha lwalulukhulu, banxusa uPilatu ukuba yaphulwe imilenze yabo, basuswe.


Bambeka lapho-ke uJesu ngenxa yolokulungisela lwabaJuda, ngokuba ithuna laliseduze.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ